로마서 1장 Ndebele Bible
바울서신 · Romans · Ndebele Bible · 32절
📝 이 장의 개요 흐름·핵심 구절·인물 더 보기 →
로마서 1장은 바울의 인사와 로마 방문 소원, 편지의 주제인 "복음에 나타난 하나님의 의"를 밝히고, 하나님을 떠난 인류의 죄를 고발하기 시작하는 장이다.
절 바로가기
1로마서 · Ndebele Bible
1UPawuli, inceku kaJesu Kristu, ebizelwe ukuba ngumphostoli, ehlukaniselwe ivangeli likaNkulunkulu,
2(alithembisa ngaphambili ngabaprofethi bakhe emibhalweni engcwele),
3mayelana leNdodana yakhe, eyavela enzalweni kaDavida ngokwenyama,
4eyabonakaliswa ukuba yiNdodana kaNkulunkulu ngamandla, ngokukaMoya wobungcwele, ngokuvuka kwabafileyo, uJesu Kristu iNkosi yethu;
5esemukela ngaye umusa lobuphostoli ukuthi kube yikulalela kokholo phakathi kwezizwe zonke, ngenxa yebizo lakhe,
6elikuzo lani, babiziweyo bakaJesu Kristu:
7Kubo bonke abaseRoma, abathandiweyo bakaNkulunkulu, ababizelwe ukuba ngabangcwele: Kakube kini umusa lokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu leNkosini uJesu Kristu.
8Kuqala-ke ngibonga uNkulunkulu wami ngoJesu Kristu ngani lonke, ukuthi ukholo lwenu lumenyezelwa emhlabeni wonke.
9Ngoba uNkulunkulu ungumfakazi wami, engimkhonza emoyeni wami ngevangeli leNdodana yakhe, ukuthi kangiyekeli ukulikhumbula,
10ngesikhathi sonke emikhulekweni yami ngicela, ukuthi nxa kusenzeka ngentando kaNkulunkulu, ngiphumelele ukuza kini ekucineni.
11Ngoba ngilangatha ukulibona, ukuze ngiliphe isipho esithile somoya, ukuze liqiniswe,
12okuyikuthi, siduduzeke ndawonye phakathi kwenu ngokholo olukomunye lomunye, olwenu kanye lolwami.
13Kanti angithandi ukuthi kungaziwa kini, bazalwane, ukuthi ngazimisela kanengi ukuza kini (ngasengibambeka kuze kube khathesi), ukuze ngizuze esinye isithelo laphakathi kwenu, lanjengaphakathi kwezinye izizwe.
14Ngilomlandu kumaGriki kanye lakwabezizwe, kwabahlakaniphileyo kanye lakwabangahlakaniphanga;
15ngokunjalo njengokukimi ngilungele ukutshumayela ivangeli lakini abaseRoma.
16Ngoba kangilanhloni ngevangeli likaKristu; ngoba lingamandla kaNkulunkulu kube lusindiso kuye wonke okholwayo, kumJuda kuqala lakumGriki. 해설
17Ngoba ukulunga kukaNkulunkulu kwembulwa kilo kusukela kukholo kusiya kukholo; njengokulotshiweyo ukuthi: Kodwa olungileyo uzaphila ngokholo.
18Ngoba ulaka lukaNkulunkulu luyabonakaliswa luvela ezulwini phezu kwakho konke ukungakhonzi uNkulunkulu lokungalungi kwabantu abavimbela iqiniso ngokungalungi; 해설
19ngoba lokho okwaziwayo ngoNkulunkulu kusobala phakathi kwabo; ngoba uNkulunkulu ukubonakalisile kubo.
20Ngoba okungabonwayo kwakhe, selokhu kwadatshulwa umhlaba, kuzwisiseka ngezinto ezenziweyo, kubonakaliswa obala, ngitsho amandla akhe aphakade kanye lobuNkulunkulu bakhe, kuze kuthi kabalakuzivikela;
21ngoba kuthe bemazi uNkulunkulu, kabamdumisanga njengoNkulunkulu kabambonga, kodwa baba yize kumicabango yabo, lenhliziyo yabo engaqondiyo yenziwa yaba mnyama.
22Bezitshaya abahlakaniphileyo baba yizithutha,
23lenkazimulo kaNkulunkulu ongabhubhiyo bayiphendulela ekufananeni lomfanekiso womuntu obhubhayo, lowezinyoni, lowezidalwa ezilenyawo ezine, lowokuhuquzelayo.
24Ngalokho-ke uNkulunkulu wabanikela emanyaleni, enkanukweni zenhliziyo zabo, ukuthi badumaze imizimba yabo phakathi kwabo;
25abaphendulela iqiniso likaNkulunkulu emangeni, basebedumisa bekhonza okudaliweyo kuloMdali, ongobongekayo kuze kube phakade. Ameni.
26Ngenxa yalokho uNkulunkulu wabanikela enkanukweni ezilihlazo; ngoba labesifazana babo baphendula ukwenza kwemvelo kwaba ngokuphambene lemvelo; 해설
27langokunjalo labesilisa bayekela ukwenza kwemvelo kowesifazana, batsha ngokukhanukana kwabo, abesilisa labesilisa benza okulihlazo, bemukeliswa phakathi kwabo umvuzo ofanele ukuduha kwabo.
28Njalo njengalokhu bengavumanga ukuba lolwazi ngoNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela ukuthi babe lengqondo ebolileyo, eyokwenza izinto ezingafanelanga;
29begcwaliswe konke ukungalungi, ukuphinga, ububi, umhawu, inzondo; begcwele umona, ukubulala, inkani, inkohliso, ulunya; abahlebayo,
30abanyeyayo, abazonda uNkulunkulu, abangelamakhanda, abazigqajayo, abazikhukhumezayo, abaqambi bezinto ezimbi, abangalaleli abazali,
31abangelangqondo, abephula izithembiso, abalolunya, abangelakuxoliswa, abangelasihawu;
32abathi besazi umlayo wokulunga kaNkulunkulu, ukuthi abenza izinto ezinjalo bafanele ukufa, kungesikuthi bayazenza kuphela, kodwa futhi bevumelana labazenzayo.
Ndebele Bible
절을 누르면 복사·공유·형광펜·메모를 쓸 수 있습니다. 점선 낱말은 교회백과 문서로 이어집니다.
본문은 Ndebele Bible(은데벨레어) — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL 형광펜·메모·읽은 표시는 판과 상관없이 같은 장에 함께 남습니다. 점선이 그어진 낱말은 교회백과에 문서가 있는 인물·지명·용어입니다(한 화면에 한 번씩만 표시). 형광펜·메모·읽은 표시는 이 브라우저에만 저장되며 내 표시에서 모아 볼 수 있습니다.
이 장의 구절 해설 문서 3
이 장을 언급한 문서
- 고린도전서 1장 18절 성경 구절
- 로마서 1장 26-27절 성경 구절
- 로마서 3장 23-24절 성경 구절
- 하박국 2장 4절 성경 구절
- 레위기 18장 22절 성경 구절
- 시편 19편 7-11절 성경 구절
- 로마서 2장 1절 성경 구절
- 로마서 3장 10-12절 성경 구절
- 갈라디아서 1장 15-16절 성경 구절
- 히브리서 10장 38절 성경 구절
- 사도행전 17장 26절 성경 구절
- 로마서 11장 28-29절 성경 구절
- 레위기 20장 13절 성경 구절
- 성도 직분
- 종교개혁주일 절기
- 믿음 교리·신학
- 복음주의 교리·신학
- 다섯 솔라 교리·신학
- 동성애와 교회 논쟁
- 로마서 성경
- 95개조 반박문 역사
- 로마 성경
- 이방인 성경
- 선지서 성경
- 다윗의 자손 성경
- 갈대아인 성경
- 육체의 일 성경
- 갈대아 성경
- 예수의 족보 성경
- 양자론 교리·신학
더 보기
글자 크기
바탕색과 글자색 (읽기 화면만)
글꼴
글자 두께
줄 간격
표시
읽어 주기 속도
읽어 주기